Bra Solly: Sikhona kunjani Bhuti, hayi bengilele la ngaphandle bengithi ngimele ifowuni yakho.
Caller1: Angimazi kahle. Then uma ngihamba ngaso straight ngenze njani?
Caller 3: Bhuti kunjani?
Caller3: Sikhona, ukufakile lokhuya?
Caller4: Ngiphinde ngakufowunela. Ifowuni beyiringa nje.
Caller: Ukhulumela phansi.
Caller4: Cha, seyi-right manje. Izolo uhambe nini, ulele nini?
Caller4: O! bowungekho. Uhambe sikhathi bani.
Caller4: Yena uletha amakhambi ulethela umsholozi. Bamdonse kanjalo bethi uletha amakhambi for umsholozi kanti bazombamba.
Caller4: Yiphi leyo?
Caller4: Hawu londaba Uma-totcher?
Receiver: Kusho ukuthi ikhona into ebeyibahlupha.
Caller4: Nami angisithenganga ngibona I-TV kuphela.
Receiver: Cha eKapa abamfuni. Futhi akanamali uyophila ngani Into yakhe lo iphelile. Uyogcina ngabo laba. Uyompimpa bani?
Caller4: Mhlawumbe uzama ukumpimpa u-Irvin.
Receiver: Usebenza Kusho ukuthi uyakuholela loyo muntu?
Caller4: Ya uyakuholela?
Receiver: So uma ngabe uyasebenza?
Caller4: Ikhampani leyo angithi kukhona umuntu okusayinele?
SPCA mangabe uyayibona ke le.
Caller4: Manje iphelelephi lento beniyenza izolo?
Receiver: Ya ngiyitshelile kodwa bengithi ngizoyi-bhelela namhlanje. Ekuseni ngadisayida ukuthi cha mangingayifoneli le-ou.
Caller4: Aphela ama-Zimbabwean. Nami ngiyahleka ngiyi-one. Ngithi le ndoda beyifuna ukukhomba laba bantu. Ikhohliwe, maar yashesha yakhumbula ukuthi eyi konje...
Caller4: Bathi ukhuluma I-apartheid. Yathula futhi yathi hayi khona angiyiva kahle le ndaba.
Receiver: Ukhuluma nomuntu okade ebona.
Caller4: Yonke into esiyitholayo la siyayithola. Laba bantu babesibandlulula.
Caller4: Umtshele ukuthi maar into e so.
Caller4: Uthi ubabonile?
Caller4: Ungayenza lento. Le e-America angeke uyenze lento.
Caller4: Ngeke noma ungathi uyashada uthi uyenzani ngeke.
Receiver: Uthi ngeke ukubone lokho.
Caller4: Hawu ndoda ngishadise nabo dade.
Caller: Naye u-George ukhohliwe ukuthi wuye obaphazamisayo.
Caller: Hhayi uyangihlekisa umntwana, wayibamba masinyane uyayazi. Hhayi mors labo abafuni muntu udla yedwa mors yiko bazompipa nje.
Caller: Muphi loyo?
Receiver: Manje uma sibhayiza ngubani ozomsebenza?
Caller: Ubalekile lowo.
Caller: Wahlangana nobani?
Caller: Kusho kubani?
Caller: Kuthi kuzosibheyila?
Caller: Uthi uzosibheyila?
Caller: O, njengoba sebeqeda ukudla?
Caller5: Yebo. Ngiyathola ukuthi ubecabanga ukuthi ukubo ukhuluma nePrincipal ngendlela ekhuluma ngayo.
Caller: Eh outie phela nayi i-boot ithi lentwana yomlungu uthi usifuna six o'clock. Ngithi kuye uyazi angilifaka igama elinjalo ukuthi lomfana ukutshele nini wena. (Athi) Ungitshele, ungitshele ebusuku ngithi kuye uyazi umtshele lomfana lowo mina ngithi uma angafuni izindaba akayeke izindaba. Uma efuna sihlanganise something makayi khulume in advance ungangitsheli ukuthi uthi ufuna ukusibona ngo-6.
Caller: Athini manje?
Caller: Ngithi ngamtshela the first day ukuthi naye-self angeke anitshele ukuthi yena ufuna nani manimthinta niyaphi. Ngamtshela ukuthi heyi ndoda ningamabhoza nina hhayi ukusebenza umuntu. Ngithi ukutshele nini lomfana Manje uthi ukutshela namhlanje ukuthi sihlangane Manje mina senginama appointment mors and ngeke ngiwaphule?
Caller: Ngithi umtshele lomfana lo ukuthi angisebenzi kanjalo and mawuhluleka ukumtshela umnike amanamba wami angifowunele. Ngithi manjena enye into uthi kumele kuyo-pitrosa emakhayeni le emapulazini.
Receiver: Hawu ndoda kubanda kanje?
Receiver: Noma iphazamisa lena yena akanandaba.
Caller: Manje ngithi kuye mina hhayi ayihambi kanjalo.
Caller: Yazi kunenye intwana yase Diepkloof so, lentwana lena iyatshela ukuthi hheyi manje ndoda babambe amambutshane e-Stanera ngoba lela-Jozi uyalazi uyabona. Manje kunenye indoda esafuna ukuhlanganisa manje uza nenye intwana ehamba ngala-BM lawa wokufogola I-MIG. Uthike manje siyohamba nini ubuza lentwana. Manje lentwana ithi ke manje i-problem uyaza yimali, manje anginamali after four . Manje ke mina mangifika sekugujiwe. Uyabona ukuthi lona walala nemedi yakhe ngathi hhayi yazini asispani nabantu aba-operate kanjalo asiyiyekeni. Uyabona wabheka eceleni and lentombazane imlumile.
Caller: Kuhle komuntu onenkinga. Athi hheyi ndoda ngilele ngihleka ye and lentwana beyifutheke blind uma sifika daar kuwe. Ithi ekanti le-Grootman injani kanti inama-fear akudalanyana anomthetho. Ngithi hhayi iyahlanya.
Receiver: Ayikhulume kodwa inhliziyo iyasho umfundise enye into.
Caller: Ngithi maar into emnandi kubantu onjalo ibhari iyafa omunye agubude zilele uzoyisebenza kanjani le-meddie.
Receiver: Kanti makuyi-fake lempela bayayi khanda.
Caller: Ke manje uzosebenza ngani?
Caller: Uyazi ukhuluma nabani?
Caller2: Unayo inumber yala ekhona?
Response: Yithi ngiyoyibheka bamba kancane.
Caller: Ukuthi bengingakhoni ukungena lapha bangifaka lapho.
Caller: Kunjani sisi?
Caller: Ithulile nje.
Caller4: Isaspendiwe Iyakoloda?
Caller4: Ikoloda malini sisi?
Response: Usaphumile okwamanje. Ngikhuluma nabani?
Caller: Ngithi sewulapho?
Caller: Yizwa uthini, athi sewulapho.
Receiver: Ngikhona unjani sithandwa sami?
Caller: Kahle kabi.
Caller: Sengathi ungashaya i-krebh yazi.
Caller: Kungcono ke uma kunjalo.
Sisi: Kunjani mama?
Sisi: Ukuphi uZanele?
Caller: Hayi uyaphila nje konke, otherwise nje yena ayikho inkinga.
Sisi: Kodwa ke lento yamqala nini?
Caller: Uthi yinto yanini?
Sisi: Ngunyaka wonke manje. Nangela la langa ekhaya ubekhompleyina ethi leli khanda.
Sisi: Shame maar ngezwa yazi. Ngiyizwe nini. Angithi manje inkinga yami nawe sidrophe ifowuni.
Caller: Uyazi mina bengingamazi umntwana kaSibongile.
Caller: Uyazi ukuthi uSibongile since nje ngeza lapho uyabona, ngathi akazange athande uma ngilala le kwa-Julias. Mina phela angithi angazi ukuthi akazwani nomakoti wakubo.
Sisi: Abantu bayashintsha phela uyazi wena.
Caller: So nje, cabanga ukuthi mina ngimbonise umntwana wami uThengwa the time size esifeni sika gogo. Ndimbonise yena akangibonisi umntwanakhe mina angazi niks bengingamazi umntwanakhe.
Sisi: Awu bantu.
Caller: Ngimangele umhlolo mina uSibongile umntwanakhe, uyazi ngithuke kanjani.
Sisi: Hayi, ngidutshelwe nguHlengiwe efowunini.
Sisi: Awubantu ebesekhulile mhlawumbe ulingana noThabile wami, uma ngingaphosisi una 22/23 lapho nje. Hawu maan ezibuhlungu azipheli ngempela uyazi.
Caller: Akusiwuye angeke, athi asilethe emhlabeni azosiqeda ngokufa aphinde asibulale. Its just like nalabantu abafa kabuhlungu ababulawa kabuhlungu bese kuthiwa kwenzeke intando kaNkulunkulu.
Caller: Ubulawe wubani lomuntu, ngoba umnquqe wanqunqwa ngemimese Uyayibona into enjalo?
Sisi: Hheyi, uyabona wavele wayibeka yacaca akusiwuye impela.
Caller: Manje ngizokubona nini Ukuphi uHlengiwe?
Caller: Umama uphi yena?
Sisi: Hhayi azenge bathi bayongcwaba this week le isiqeda ukudlula kuyo?
Caller: Kusho ukuthi ungcwatshwe ngayo-ke njengokuba kuyi-Monday njena.
Receiver: Ngikhona unjani. Ubani okhulumayo?
Receiver: Angikhulumanga nawe, awungitshelanga ukuthi awuzi.
Caller: Sure angeke. Kukhona bani?
Caller: Hheyi angizange ngikhone uyazi.
Sisi: Lo wakho uvele abenesithukuthezi ungazi nokuthi uxoxeni naye. Umuntu oxoxa naye wuyena.
Sisi: Hayi uyonegoshiyetha lapha kuNhlanhla.
Sisi: Kumele aye vele ngoba...
Caller: No, ngifuna ukumtshela kona lokho.
Caller: Ya bashilo bengilapha emashophu.
Sisi: Uyazi lomfazi wakho ubefunani Ngikhohliwe kodwa ikhona into ebengiyifuna serious. Sengiyofuna kahle sengiyikhohliwe?
Caller: Gogo nguThando.
Caller: Uyazi bengifuna ukukhuluma noBaba kuphela.
Caller: Yebo Mama nguPenny la ninjani?
Caller: Sikhona. Ukhona lobaba?
Caller: Hallow Ma. Ngicela uBaba.
Caller: Ngicela ukukhuluma nobaba.
Caller: Ubaba ukhona?
Caller: Kodwa ke uselikhohliwe namhlanje sizolithola kusasa.
Caller: Ya kusho ukuthi usawafuna noma engashongo but sure vele uyawafuna.
Caller: Kusasa ngizoya.
Caller: Ngizokwenza kanjalo.
Receiver: Angazi but sizokubona kusasa ngoba izolo ngihambe ngabuya ebusuku uyazi?
Caller: Hhayi bo, manje walahleka kanjani?
Receiver: Uthathe u-Mandla phela wamtshotsha wamfaka emotweni yakhe wabaleka naye.
Receiver: Ngathi he umhlola wami lo.
Caller: So bebethi uma bangezi bese mina ngiyamkhohlwa. The minute ngingababoni ngiyabakhohlwa. So manje ubengekho emqondweni wami isikhathi eside.
Caller: Nawe futhi uyaqala ukukhulama ngaye manje bengingazi ukuthi wumuntu wakho omaziyo kudala.
Caller: Ukubeke endlini?
Receiver: Ya futhi ebangafuni uku-driver ebusuku.
Caller: UCelisa unginika inkinga.
Caller: Ithi ngifake ikhadi.
Caller: Mbuze ukuthi uthini ke. Ukhona ubabomkhulu?
Receiver: Akekho yazi ubabomkhulu yena. Uthi akayi.
Caller: Mina angekhe ngiye.
Caller: Ngizokufowunela uyezwa?
Caller: Angizange ngimbuze.
Caller: Ngingabuza ukuthi uyephi?
Caller: Cha ngifowunile bathi sowuphumile.
Caller: Yebo. Bathe sowuphumile.
Caller: Laba abaphuma eMalawi laba.
Caller: Le-section ziyaduma lapha uyabona ukuthi sasiyibalekela kanjani thina?
Receiver: Kuqale nini ngoba manje onke lama-family anabo labantu.
Caller: Babaleka angithi bazifihla?
Caller: Hhayi mani ngathi sonke lesikhathi uyazi?
Caller: Kuyafiwa lapha.
Caller: Enye ke izolo besiyohlangana nayo.
Caller: Enye besiyohlangana nayo.
Caller: Awungitshele. Yinto enjani?
Caller: Noma ubani uyaya laphayana.
Caller: Basile laba bantu.
Caller: Angazi emadrobheni.
Caller: Yindawo ekumele ivalwe leya, irawundwe.
Receiver: Babangenelele edrobheni ke manje.
Caller: Angazi bawayekelani.
Receiver: Angithi bathi umthetho uyeza manje.
Receiver: Bayokhwela phezu kwawo. Bathathe nabafazi bakhona laba ababa-impotha lena for ukupheka, babathathe besapheka.
Caller: Ema-shop angithi baqashiwe.
Caller: Asebenza ashaya amathili. Ziyabuya lapha.
Receiver: Bayabalaya mani. Yabona labo Abantwana bethu abasebenzi?
Caller: Manje kufuneka babambe amaNdiya.
Caller: Hayi bayekele ziyabuya.
Receiver: Babase vele. Kumele bagibele.
Caller: Ngibuza elinye iKula lenye i-bakery laphana ngithi emzini bafunani.
Caller: Ngithi ye! Uthi heyi wena awazi. Uthi lo mfana Yeses sebezi ukuthi amakuka aphuma eNdiya. Uthi sebephelile abafazi.
Caller: Zilanda abafazi eNdiya abaphekayo.
Caller: Angazi ama-owner bawayekelani.
Caller: Baphi ke laba abadiphotha?
Caller: Bathi bayoyenza lento leyo?
Caller: Yilezi mfene lezi.
Caller: Bafike bathathe bahambe.
Caller: Wakhona la kithi.
Caller: Usuka nawo le eMalawi.
Caller: Babheke khona la.
Receiver: Naye uthi anga-ofa lapha, acabange ukuthi azokhrawuda la.
Caller: Hawu. U-ofa nini?
Caller: Uya rhola akezi la.
Receiver: Angithi yimi engimthumele ukuthi ayofuna iphepha leli?
Receiver: Hayi no kuqhubeka yena. Ningahlala naye. Ngikhe ngamtshela ngaye uBenny. Uthe uBenny waye libel' ekhala ngaze ngathi heyi uyazi noNkulunkulu uma ulibele ukukhala ufunani Ngoba uzokubuza ukuthi ufuna malini uzothi ufuna malini Ngoba naye uma ehamba nami ungibhora ngokulibala ekhala ngokuthi imali ayikho. Ngiyaqala ukuba nje, lento iyangibhora mina. Ngithi mina ke ukukhala akusizi, angekhe kukulethele imali. Ingani nakhu mina bengisejele angeke ungibone ngilibele ngikhala. Uthe esalibele ekhala njalo uBenny ngasho ukuthi uma uNkulunkulu angabuza ukuthi ufuna malini Benny, imalini ongathi uyiyifuna njengoba kuso Njengoba ukhala so Wathula wangasho, ngathi - uyabona ke Manje uNkulunkulu uma angafika kuwe athi ufuna malini uzohluleka ukusho ukuthi ufuna malini. Wahleka bese athi ukhuluma enye into manje. Bathi uNkulunkulu wabiza amaNdiya nabelungu. UDaki wafika late. Bathi kudaki ufunani Udaki stil wangazi ukuthi ufunani. Wathi sibiziwe. Bathi hayi ke wena ngoba u-late thatha nangu umona. Uyakhumbula ngikutshela?
Caller: So kade efuna ukuthi ngimbize azokhuluma naye.
Caller: Yebo. Ngikhuluma nabani mina?
Caller: Ngicela ukukhuluma nobaba wakho.
Caller: Bhuti sikhona kunjani.
Caller: Ngoba bhuti ziningi izinto ezingenayo manje. Kungena le namhlangje kusasa kungene leya.
Caller: Bhuti ziyabheda. Akukho nto i-right.
Receiver2: Uyabona ke I-mistake yakho ukuthi, uthi umuntu ekutshela ungafuni ukulalela.
Receiver2: Wena uvele nje ube-board. Uzitshele ukuthi lento ilungile. Bhuti aba bantu ngehle kubo ngaba udilishene nabo.
Receiver2: Bhuti ngikutshelile ngathi lento irongo lena. Wena walwa nami ngathi ngikuyeke kancane.
Receiver2: Indlela owangihlasela ngayo wena ngase ngithi lomuntu angeke ngikwazi ukumkhonvinsa ithi ngimyeke.
Receiver2: Bhuti ngithe ke uma ngithi ngizoza, hayi ngabuyela ebantwini bami ngabancenga baze bathi mfowethu uyazi yini, siyazi uvamile ukusiphathela izinto ezi-right.
Receiver2: Angikhalazanga ngalokho. Mina ngikhalazele ukuthi abantu bami bayayihlaba lento uyabona. Ukuqina nokungaqini nje ibisilungile. Nalapho ngebengitshelile uyabona. Wena akhe uzame ke sibone.
Caller: Ithi ngizokwenza njalo. Manje ngizoyifuna Thursday ke bhuti.
Caller: No bhuti angiboni. Akunamuntu unokumfaka lapha Kunabantu abafakwayo bhuti ababhatalwa i-thousand randi uyakwazi lokho Bayasebenza. Nalana ngingakufunela?
Caller: Yiba sure kuqala ukuthi lento i-right. Uma seku-right uthi ke, bhuti yenza njalo. Ukhona umntwana engizamthumela lapho. Ngizamgibelisa today kusasa angahlali abe sebuya straight.
Caller: Wena faka nje noma yirandi uthi Sonwabo ngifowunele. Angithi uphethe inamba yami. Mina ngizokufowuna back.
Caller: Mina ngizobe sengisazi ukuthi nguwe. Ngizokufowunela ke bese sesikhuluma.
Caller: Hayi ke bhuthi kulungile.
Caller: Uye kuphi?
Caller: Wathi ngiyeza. Uye esikoleni somntwana.
Caller: Uya esikoleni somntwana.
Caller: Anytime xa uSibongile uvela esikoleni. Uzobona wena ukuthi ufowuna nini okay?
Caller: Uhambile ubaba?
Caller: Akakafiki uThandeka?
Caller: Ukhona umama?
Caller: Ngicela ukukhuluma naye.
Caller: Sebebuyile labo?
Caller: Bengithi ngiyafowuna nje.
Caller: Okay. Angazi mhlawumbe emotweni yakho angazi.
Caller: Ngiyabonga sisi ungifonele. Kukhona umma la sadlula pha kwakhe ngelinye ilanga, wathi ubulise umolokazana.
Caller: uMama wami.
Caller: Umama wami, siyeke u-Anti Roda.
Caller: Uthi ngikubulise.
Caller: Akekho ngifike engekho. Uye wahamba wayolanda i-wasihng yami le kuThoko, la phezulu. Angithi ngiye ngiwashe khona.
Caller: Ungibhekele ke sana uyezwa. Ngoba nesikhwama sawo nje impela angisiboni.
Caller: Cha. Iyavaleka.
Caller: Mhlawumbe ke. Yiko lokhu ngicabanga ukuthi heyi nkosi yami.
Receiver: Kungcono ukube uzishiye emotweni.
Caller: Ukuba bengizishiye emotweni kube kungcono.
Caller: Thanks ma uyezwa Yiyona nto ibingiwarisha. Sengisaba nokufona ubhuti Solly ekhona uzothi usowulahla amapasi nezibuko. Awazi ushisa kanjani?
Caller: Hayi ke akunandaba ke ma sesizobona.
Caller: Ngizikutshela esikoleni ukuthi ngifuna ukuthini.
Caller: ubaba ukhona?
Caller: Ithi ngikhulume nobaba.
Caller: Yithi ngikhulume nomama ke.
Caller: Usakhathele, bathi ukhona.
Caller: Ngisekhaya. Ukhona?
Caller: Lo athi ukhona ngathi ulele?
Caller: Uma angafika please eze ngapha.
Caller: Hayi bo uyeza ke. Buya uyeza. Uzofika ke uze naye ke.
Caller: Ngizoza kusasa ke.
Caller: Uma ubuya khona etorhweni?
Caller: Awu wazibumba wemabhushana yini?
Caller: Ungitshelile, beniyile?
Receiver: Yebo bengiye khona. Uthini?
Caller: Bengicela ungiyele kuBhobho tu.
Caller: Boze barhole nini ke?
Receiver: Angazi bathi ikhompyutha yenzani. UZiki kukhona afika namhlanje. Kukhona afayila amaphepha namhlanje.
Caller: Ubuya kuphi?
Receiver: Cha akekho usaphumile. Ngikhuluma nabani?
Receiver: Ngikhulume nawe kuthane hayi izolo.
Caller: Bengikhe ngafowuna futhi izolo late.
Receiver: Hayi ke izolo late bengingekho, kusho ukuthi ibanjwe yilo mntwana omncane omunye wala ekhaya.
Caller: Kune-message e-serious, laba bantu baqeda ukuphuma la kimi.
Caller: Ngicela ukuthi uPertu angabambi ifowuni. Uyazi njengoba ngifowuna nje, ngifowunile ngayidrobha ngithi ngifuna ukukufowunela...
Caller: Ngiyidrobhile. Uyazi ngubani ophuma, futhi nangu ephuma nje manje?
Caller: Uphuma la kimi. Ufuna wena.
Caller: Ya drobha nangu ebuya futhi uSipho ngicabanga ukuthi ukhohlwe something.
Caller: Ya nangu ebuya.
Caller: Yes. Nakhu usephumile ke. Uthi ujike endleleni ucabanga ukuthenga amaphilisi.
Caller: Lonto leyo isuka ngasemsebenzini uyabona Yonke lonto leyo. Manje yena ubefuna ukwazi ukuthi nihlangane nizoxoxa nje niyi-two. So, ningahlangana la kimi na Then nizodiskhasa lonto leyo?
Solly: Hayi angifuni nokumbona lowo muntu.
Caller: Cha. Kusho ukuthi ubuzile nje ukuthi ukuphi uyabona So ngase ngithi angazi. Bengingafuni nokuthi ngize ngifowune. Ngivele nje ngathi angazi ngizoke ngiyobuza le kusisi wakhe eProtea. Ngimgcine ele kudade wabo. Angikhoni ukuthi ngingahamba manje?
Solly: No ungavumi. Ngoba phela ngisebenzela ngakhona ngale. Uthi wena ngizomfonela unginikile izinamba. Uthi akafuni wazi lapho ekhona uzakufowunela yena.
Caller: Ngimtshele ukuthi usho njalo?
Caller: Uzosho kanjalo vele. Mina ngizomtshela nje ukuthi mina ngishiye izinamba kusisi wakhe.
Solly: No. Uyabona uma ungasho njalo Uzofuna niye kusisi wami. Wena nje yithi uthumele and ngakufowunela ngathi ngizamfowunela mina. Angazihluphi afunana nami. And then ngimshiya njalo?
Caller: Ngithi angazihluphi?
Solly: Uthi wazi kanjani ukuthi mina ngimpintshiwe ke?
Solly: Ngabe awumtshelanga ukuthi abatholanga niks. Ngoba uzokwenza ke ukuthi bathole manje angithi. Phela angeke ayeke ukungibophisa uyabona.
Caller: Hayi mina ngiphikile ukuthi wena uyazi. Ngithi hayi mina angifuni nokuqamba amanga. Angiyazi ke leyo yokuthi useboshiswe nguwe angikhumbuli mina ngabe ngiyakutshela or mhlawumbe ngabe ngi-funny kuwe.
Caller: Angizange ngisho.
Caller: Ngithi mina kusho abo bani. Akasayikhulumi ke leyo. Sekadlula akasangiphenduli.
Solly: Nguye. Utshelwe ngubani ukuthi mina ngiboshiwe Ngoba akekho umuntu engikhe ngamtshela ukuthi ngiboshiswe nguye. Umuntu engike ngamtshela onamanga engike ngamtshela ingaba ngu-Andrew. Uyithola lento leyo Abantu bazifundele ngokwabo. Nephepha self, iphepha lisho njalo. Hayi ukuthini. But hayi angifuni nje ukuthi ngisondele kulowo muntu lowo total. Mina azange ngithi ungikweleta imali. Uyazi nawe akangikweleti mali. Sahamba sayothenga umsebenzi ikula zange lingibhatale. Wangibophisa yena. I-straigt forward into yakhona?
Caller: Akekho loyo.
Solly: Uphumile wahamba lenja lena.
Caller: Uthi kimi, khona manje uNono akekho ungazofuna uNono lapha ekuseni nakanje. Hawu. Ngithi mina ngicela ukukhuluma no uNoln uye emsebenzini. Ngithi ngibizele uSolly.
Caller: uNono uye emsebenzini yekela ukufunana noNono, njengoba ngisisho.
Caller: uBhuti Solly, ungabe ufunana nobhuti Solly uyagula, yekela ukumbiza uyagula.
Solly: Unamanga. Utshelwa ngubani ukuthi ngiyagula ngoba angiguli mina?
Caller: Kusho yena.
Caller: Uthi uyagula, yini le ingaka?
Caller: Uthi ngithini kuye bhuti Solly?
Caller: Bengicinga ukuthi ngisho kanjalo. Ngithi hayi ufikile lana ngase ngiyamnika lama-numbers lana. Waye esithi yena ungamthinti uzakuthinta yena.
Caller: Yes. Uma engifuna inamba yakho ngizokuthi angiyazi ifowuni namba yakho vele angiyazi.
Caller: Nokuthi ukuphi.
Caller: Ngimtshele ukuthi esikhathini esiningi kuza yena.
Solly: Ithini ifowuni yakho lapho Phela ngibuya ngiyikhohlwe uma uNono engekho?
Caller: Kushone bani?
Solly: Bathi kushone umama wakhona.
Solly: Into ayikhala la ebanga umsindo. Angidinekanga Zozo. Angidine. Into agida la agide la. Awazi ngadineka kanjani. Uyokutshela uNono.
Caller: Manje bamsiza ngani nje?
Caller: Umngane wakhe ongubani?
Caller: Ngiyakwazi nje vele wena uvele usuke nje kumuntu.
Solly: Uthi nje uzokufowunela. Uyiyeke kanjalo.
Caller: Ngibuza uPhuthi nhe. Athi phela umuntu uma ngabe engekho right uthandwa yikhanda. Uyabona sekukubi ke manje.
Caller: Ngiyabona umjikele.
Caller: So, usho kanjalo ke.
Solly: No nguyena ongimpimpile. Akekho omunye umuntu ongangisukela nje angimpimpe. Amaphoyisa asho. Kube umtshelile ukuthi kwasho amaphoyisa.
Caller: Angithi mina angazanga bhuti Solly ukuthi amaphoyisa asho.
Caller: Mina bengingazi.
Caller: Ungifikele nje, bengingale ngezwa enye intombazana. Ngenza amagwinya ngale. Ngezwa enye intombazana isisho ukuthi nangu omunye ubhuti okufunayo la. Uma ngithi, yho.
Solly: Manje uthi usowuphumile ejele?
Caller: Nalapho kuthiwa wena unefemu eWalkerville.
Solly: Bazi kahle clean ukuthi bona bampintshwe nguye. Baboshwe kuqala angithi?
Caller: Wena uboshwe nge 18 March.
Caller: Abakaphumi namanje laba bantu?
Solly: Uyalayeka. Njalo wayengi-thretnisha ngamaphoyisa. Mina wayesho vele ukuthi uzongibophisa. Ngizomtshela mors ukuthi wena kwakusho wena. IKula lamrobha imali yakhe lena. Akusiyoyakhe futhi lomali leyo. Sasiyiboleke komunye umlungu. Lamudla. Manje angifuni nje aze azi niks wena Zozo. Angifuni niks.
Caller: Hayi angeke. Ngizovele ngisho nje ukuthi ngikubone nje sewungena emini ngingekayo lapho ngoba mina bengithe ngizoya ngabo-two-three uma kubuya abantwana esikoleni.
Caller: Ngizovele ngithi hayi ngimthole angena ngase ke ngimnika zonke lezo zinto.
Caller: Kusuke ke futhi angezi nokuza la ngingamfonela mors ngimtshele ukuthi hayi ufikile lomuntu ngamnikeza or ngimyekele aze afike?
Caller: Aze afike?
Solly: Myekele aze afike ungamvimbi. Uyabona lapho ungamvimbi ayikho niks into azayithola. Phela noma angathi niphume naye ungalinge ugibele kuye ngoba laba bantu bafuna ukumbulala bona laba abampimpile.
Caller: Ngingaze ngife naye.
Solly: Bangathi nawe uyimpimpi naye.
Solly: Keep away nje kuye. Noma angathi asiye endaweni wale uthi hayi-hayi ngisaba nje into enamaphoyisa phakathi, angeke ngazi niks. Wohlukane nje naye. Ungasondeli. Uyezwa Akeze lapha agcine nje ngale ekhawunteni. 8329 neh 936?
Caller: Ziyalunga kodwa izinto?
Receiver: Nawe sewudrayiva njengami Uthi nawe sewuyadrayiva njengami Uzenza mina?
Receiver: Hayi bengingekho ke mina.
Caller: Thina sase sikhuphuka so.
Caller: Akakho kude naye.
Caller: Kukho into ebengiyikhuluma nale-ou. Lokho kunguMfundisi. Kufuneka iveni. Ngathi kuye iveni ikhona, nansi i-awuthi eneveni. Ngisho uGeorge, umntwana kaGeorge uneveni. Anytime ungayithola. Manje bengithi ngikuxoxele.
Caller: Uyangibhelela manje. Le-awuthi lena yeveni angeke isiphoxe Bengicabanga ukuthi. Ngithi heyi ndoda, uyabona la awuthi yeveni bengikutshela ngayo akusimuntu osebenza somewhere ozoba ne-excuse yokuthi ebesemsebenzini?
Receiver: Hayi ke uZozo ekuseni uyangifowunela. Uthi uZeku kade elapha, uyangifuna.
Caller: Okay uthi manje utshelwe, bathi wena uthi nguye owakumpimpa?
Receiver: Ya uthi mina ngisho. Manje mina ngithi kuZozo, yini ungambuzi ukuthi uzwe ngobani Uzwe ngobani Uthi hayi yena bambophile and into yakhona isuka lapha e-Swiss Port ekhampanini yakhe. Bamba kancane ngisuse amanzi ayabila baba?
Receiver: Mina amaphoyisa ngawatshela straight ukuthi sahamba naye lo muntu loyo saya elokhoza sayokuthenga amapilisi, azange siwathole. Obviously kusho ukuthi sengibangisa leyo nto, kusho mina. Angithi ngangiyenzelani, bathatha ipaspoti yami angithi Kufanele ngibatshele iqiniso. And yena njengomuntu ompimpanayo vele, angayisho naye lonto ngoba asho amaphepha ukuthi yes, iyahlangana ke lento, phambi kwami, abhekana. Exactly wangimpimpa ngoba wayesho njalo vele. Wayengi-tretnisha kanjalo angithi uyakhumbula ngikutshela everyday ukuthi yena uzohamba etshela amaphoyisa straight?
Caller: Ubefaka abantwana bakhe.
Caller: uPilane uyazi ukuthi ukuphi?
Caller: Hayi ukuthi bangakuthola, bangadila bangasho ukuthi ukuphi?
Receiver: Manje Ngithi uzifunde wena ngokwakho. Mina anginawo amagama amaningi okusalayo mina ngisebheyilini and angiboni ukuthi sikhona isizathu sokuthi thina sihlangane ngoba I would not really know ngoba mhlawumbe usaplantwe yiwo amaphoyisa kimi. Ngibe nice nje uyabona. And ngimtshele ukuthi wena wawuhlala usho ukuthi umuntu wena uyambophisa, ukhuluma iqiniso. Uyabona uma uhlala ukhuluma namaphoyisa nasekwenzeka so umuntu uzosho mors vele. Wawuhlale usho wena, ungablemi abantu ukuthi bathini abantu. Ungabhlemi abantu uthi abantu bathi mina ungibophisile. Nguwe ohlala usho njalo nakimi ungitshele. Ngimtshele nje kanjalo. And okusalayo uthi bamgadile akakwazi ukuya ndawo. And ulayekile. Ngoba phela kusho ukuthi usabhothayijwe lapha eSwiss Port uyabona?
Caller: Sekufanele siye le e-Yeoville.
Caller: Bamsebenzisile. Manje abasamfuni.
Caller: Bathengile kwezinye lezi ze-ANC. Ukuthi nangu umuntu mhlawube uTshwete or ini. Zinjalo ke lezi.
Solly: Akunandaba ma phela ngoba..
Caller: uNono akekho?
Solly: Uphumile, ngathi kukhona leli torho analo. Uye khona namhlanje.
Caller: Siyaphila. Hayi ke bengithi ngifuna yena umtshele ukuthi ipasi lakhe ngilitholile emotweni.
Caller: Hayi siyaphila.
Caller: Hayi siyabonga.
Caller: Hayi ngiyaphila.
Caller: Angithi ngiza nazo. Yima kancane.
Caller: So izolo bayafika ke. Hayi Zozo besithi sizokulanda. Kulontshwa iCD kaMandoza. Futhi bengingafuni nokuhamba, ngibatshele laba bantwana ngithi angifuni nokuhamba. Abantwana bangangi-fosti hayi Mamncane Zozo yizinto zethu lezi uzothola iCD yonke lonto leyo. Bakhiphe nezimpahla benze yonke into ngize ngihambe. Bese ngiyahamba ke. Uma sesisendleleni uthi ubaba uSithole ngimthanda kahle lomntwana, uyi-lady kabi. The way amthanda ngakhona. Wake washo ubhuti Sam. Cha Zozo hayi uyi-lady.
Caller: Angijoli lapha.
Caller: Nonke nakhuluma ngoMusa namhlanje. I think usendleleni uyeza.
Receiver: Nobani omunye obekhuluma ngaye?
Caller: Engibuza ukuthi ngamupha na uMusa na Nakho uMusa ehlanya ngami ethi mina nginomntwana naye. So ufuna ukuthi uThixo amuphe imali azokupha uZozo imali yomntwana?
Caller: Akasho phela.
Caller: Hayi ke bese siyahlala ke kuba alright. Asho kanjalo. Kunabanye obhuti ke lapho bengasahlanyi bebuza ubhuti Solly. Bekuyinto yabantwana abancane uyabona. Maar bekukhona nalabo bantu labo, abadala uyabona.
Caller: Yebo wakubona ubhuti Sam.
Receiver: Wangibona mors laphaya. Kusho ukuthi ubese vele eyazi kodwa ngoba noSifiso, lodoti lo, lomfana lo uyazi naye.
Receiver: Yebo. Ukhe weza la.
Caller: Ngoba noSifiso ubengibuza ukuthi uphume ngamalini.
Caller: Cha akazi. Usho nokuthi uSolly engenayo nemali kanje. Uyabona kushoda ukuthi angibuze ukuthi ukhishwe ngubani. Wathola ukuthi hayi angikho lapho. Ngazithulela nje ngilinde nje yena ukuthi yena uzothini.
Caller: Kusho ukuthi wafowuna uSithole. Esho ukuthi amatikiti eshow uyawaletha efowuna futhi ngiyabona ebelele ngoba uthe kimi Zozo ngisehotele maar ngithe uma ngiphaphama ngacabanga wena yazi. Yonke lonto leyo. Kwakufanele ukuthi awalethe uSithole. Zange awalethe. Nayizolo uzele lokho uthi Zozo ngisakukolota ukuthi ngikukhiphe out. Niyodla out ngicele uxolo nokuthi ngingawalethi amatikiti. I am very sorry ngoba kusukela futhi ngikufowunele ngikutshela ukuthi amatikiti ngiyawaletha.
Caller: Bekumnandi nami ngiyabona. Kodwa bayakhompleyina bathi the way bekubanda ngakhona.
Receiver: Kodwa bekumnandi Manje benze malini?
Caller: Angithi ubhuti Sam uyayazi imoto awayehamba ngayo ngesikhathi sasihlangana naye.
Caller: Akangidli bhuti Solly. Akakaze angidle ngifunga ubaba.
Caller: Lokho ngiyakwazi bhuti Solly.
Caller: Angazi, angiwazi mina.
Receiver: Cha uyawazi. And heyi bathi ungakanani. Ake umnike ngibone ukuthi uhlaba kanjani. Phela umnandi uma umkhulu.
Receiver: Kudala nafakana. Manje uthi uzokunika nini imali?
Caller: Angizange ngimcele nokumcela yazi. Akanayo ubhuti Sam imali umuntu onayo nguSithole.
Caller: Sikhona. Bengike ngafowuna earlier bekungena muntu.
Caller: Okay. uNono usemsebenzini bhuti?
Caller: Okay. Ngiyilandile lanto leya.
Receiver: Alright. Ithi ngimbhaze ke. Ungeke ukhone ukumfonela umtshele ukuthi eze nje?
Receiver: Mtshele ukuthi makeze phela uma ilungile sihleleleni phela.
Caller: Kunjani baba?
Caller: Mani awunayo i-twenty lapho?
Caller: Hayi i-ten ilungile ke. Kodwa ngizohamba. Uyaphuma?
Caller: Nami ngizohamba kodwa ke ngizolinda mani. Uma ngabe mhlawumbe awukaphumi kodwa ngizokufowunela sidlule lapho.
Caller: Heyi kodwa awuhlali mani.
Caller: Bengithi mhlawumbe ngizomthola sekavukile.
Caller: Maar mina kusho ukuthi nginebhadi.
Receiver: Mhlawumbe nguwe. Ngabe uye wambhaza umtshele ukuthi ngicela ungaphumi ngiyeza.
Caller: Ngimbhaze nini?
Caller: Bese ngimtshela ukuthi angaphumi ngifuna ukumbona?
Receiver: Umtshele ukuthi ubuzile awumtholanga.
Receiver: Angithi uhlala la eDube?
Caller: Yena ubona mina maar?
Caller: Ngikhona. Bhuti yimi uMosele inesi eJohannesburg Hospital, ngicela ukukhuluma noNono.
Caller: Okay, lalela ke bhuti, uyamazi usisi Buyisile Ngubane?
Caller: Lapho eMofolo. Uthi uNono athumele umntwana kwaNgubane.
Receiver: Ifowuni namba abakunike yona ithini?
Receiver: O, ukuthi uNono athumele umntwana khona?
Caller: Yebo, ukuthi ayobatshela ukuthi bamlethele ingubo.
Caller: WakwaNgubane, igama lakhe uBuyisile.
Caller: Ngikhuluma nobani?
Caller: Bekukhona bani?
Caller: Iya, but ubaba wakhona akahambi.
Receiver: Hayi Ntando, hayi mani.
Caller: Ngikhuluma nabani?
Receiver: Siyaphila. Ijuba lakho belidlule la labuza ukuthi angikakufowuneli na.
Caller: Hheyi wena.
Receiver: Hhayi phela. Ngizwa basho ukuthi hhayi - bo.
Caller: Usho ukuthi nje sewusekhaya?
Caller: Manje why ungadlulanga lana?
Caller: Sharp. Ukhona na umuntu wami?
Caller: Kukho bani lapho?
Caller: Yini, ujaheni ekhaya?
Caller: Ukuphi uGogo?
Caller: Hayi nje sibuza impilo.
Receiver: Hayi bengizakutshela. Umbuze ukuthi bengithini kuye. Bamba kanjalo ke.
Caller: Sikhona, kunjani?
Caller: Heyi, manje ngizoza nini ngizokubona Kufanele ngifostele kusasa ke?
Caller: Yebo. Manje uzobuya nini?
Caller: Or wena uyoze uze kimi.
Receiver2: Yebo ngingamane ngize. Futhi kukhona umngane wami ohlala lapho, angazi kuphi kodwa uhlala ePimville.
Caller: Ngicela ukukhuluma naye.
Caller: Unjani umkhuhlane?
Caller: Yini, uyafa?
Caller: Awu, kanti sekubheda kanje?
Caller: Ithi ngikhulume naye nge-speed.
Caller: Ngilapha e-5.
Receiver: Mina Ukuthi ngenze njani?
Receiver: Yebo seku-late. Kungcono ke mina ngiyithenge uma ngihamba.
Caller: Muphi loyo?
Caller: Angifuni ukukukhohlisa, futhi ke bayithestile bayikhipha ebhokisini.
Receiver: Khona le Ibidlala kahle?
Caller: Yebo. Ngishiye bayidlala kodwa ke ngithe bayivale njengoba ngilana.
Caller: Ngafowunela umama wakhe ukuthi imoto yakhe iphukile, abantwana esikoleni wangitshela izinto. So manje bengicela ungisize uzoyithola month end seyine interest.
Caller: Wu, uzoza nini ngapha?
Caller: Okay. Nami bangibonisile ukuthi ikhonekthwa kanjani.
Receiver: So, kusasa ngize ekuseni naleyo mali?
Caller: Okay ngizokubona kusasa ke.
Caller: No, umtshele ukuthi uMncedi ubefowunile.
Receiver: Ya, ngiyakuzwa baba. Ngiyangena nje, ubuke wafowuna?
Caller: Angithi ubuthe ngikufowunele ukuthi ngizwe ukuthi mhlawumbe ungaqeda nini?
Caller: So ngikuthinte nini ngoLwesithathu?
Caller: Athi uyayazi yena?
Caller: So, Wednesday ngikuthinte nakhona?
Receiver: Iya, ukwenzela ukuthi ngikutshele ukuthi woza ntambama or uze ebusuku.
Receiver: Cha konke kuhamba kahle. Ungangena anytime futhi ubokhe ufowune nje uzwe ukuthi kuhamba kanjani.
Caller: Yebo bhuti.
Caller: Hayi ngamthola ke.
Caller: Leyanto leyana ebekutshela ngayo uthi ngathi kudingeka yona.
Receiver: Cha bhuti angeke ilunge leya. Iyamosha kakhulu.
Receiver: Hayi kimi mina ngingayenza njengoba ubonile njengoba uphethe lapho kuwe, ngingaqhubeka mina. Kodwa angiboni ukuthi uma ningayi-thesta, angiboni ukuthi izoba positive.
Receiver: Hayi ngingaqhubeka ayingihluphi kakhulu.
Receiver: Hayi ungayenza ngoba kuyafana ngoba ngizoyi-washa out mina.
Caller: No, kungathi lento bayithele kakhulu.
Receiver: Mina ngiyazisola ukuthi uma uzishisa ziba mnyama uyabona.
Receiver: Yebo ukhona kodwa usalele?
Caller: Ngingamthola sikhathi bani?
Receiver: Ithi ngimtshele eze ke.
Caller: Okay, ngoba manje angasuke ahlanganise izinto lapha.
Caller: Manje iwari yami bengifuna ukuthi size sixhumane mina nawe, ngalefowuni namba lena njengoba ubusubuyile.
Solly: Thanks bhuti. Ufowune ke ntambama, ngisayogeza manje bese ngiyahamba manje.
Caller: Yebo kunjani?
Receiver: Yebo malume. Wena why uthathe isikhathi mina futhi nginamathumba ngijime. Malume kunomntana kababa omncane ofuna uku-drayiva. So, ngithe angekhe sisapothe omune umuntu.
Receiver: Nangu lana endlini khona manje.
Caller: Awuthi ngikhuluma naye.
Caller: Yebo kunjani sisi?
Sisi: Ngikhona kunjani?
Caller: Ngikhona. Ufuna ukudrayiva?
Sisi: Mhlawumbe wena ungangifuna when?
Sisi: Okay ngizobe ngikhona ngaleso sikhathi. Ngicela ubambe kancane.
Caller: Konje basamvalele?
Caller: Bengisacela ukukhuluma nomalume uSolly.
Receiver: Kunjani papa Usalele kodwa akaphilanga kahle. Bamba kanjali ngimtshele?
Caller: Kunjani malume?
Caller: Cha, uyazi kwenzekeni malume, bala ukuthi lingene. Kodwa ke ngithi ngibonge ngoba umamncane uZozo wangipha imali ngalithenga.
Caller: Ah! Malume into engingakutshela yona ukuthi ngiyabuya.
Caller: Malume kungasikudala nje ngizobe ngikhona and namanje ngiziphethe kahle futhi anginandaba nomunye umuntu ukuthi wenzani.
Solly: Wenza kahle mfana wami.
Caller: Yebo malume.
Caller: Sharp, thula uthi du wena malume.
Caller: Kukhona izinto engizenzayo futhi nalana. Ezinye zazo sengizikhiphile ngithe bahambe nazo abo Mamncane uZozo. Ngabacela ukuthi bazibeke kahle bangazilahli.
Caller: Uzobona into engizoyenza lapho malume.
Caller: Ngiyabuya uncle, ngiyakuthembisa. Angenzi lutho anginandaba namuntu.
Solly: Wenza kahle. Ubayeke nje.
Caller: Uyazi bangiboniseni ngoLwesithathu. I-date yami, ithi 2003.
Caller: Hayi ngitshela wena wedwa.
Caller: Malume uma beza ngizobatshela nami ukuthi bayodlula kuwe.
Solly: Yini enye into oyifunayo Amakhadi?
Caller: Uma nje ungangitholela amakhadi ngizokufowunela na during the week.
Solly: Yini enye efunekayo lapho?
Caller: Hayi malume ngitholele nje amakhadi enye nenye okuningi sewuzongilethela uma sengiseduze nawe.
Caller: Malume nje amakhadi ngoba lonyaka sekungowokugcina ngilana.
Caller: Angeke ngikuphoxe malume.
Solly: So wena ziphathe kahle wenze exactly lento abakutshela yona.
Caller: Iya ayikho edlula leyo malume.
Solly: Uzokwazi ukuthi uphume masinya nje.
Solly: Dankie uyezwa. Usafuna ukukhuluma nawe uPat. Ungakhulumi into ende ikhadi lakho lizokuphela. Ngizomthumela ke uZozo.
Pat: Ngingabenza kanjani kodwa mfana wami bantu.
Caller: Ungakhali uma uhamba.
Caller: Iya nimfowunele ngiyazi uzofuna ukuza.
Caller: Mfowunele ke.
